Abafundi kwiKhampasi yaseSpringfield kumele bafundele endaweni ephephile futhi ehlanzekile!

Sayinda isicelo sethu lapho sinxusa Umnyango Wezemfundo Ephakeme ukuthi uthole indawo entsha ephephile yokufundela abafundi baseThekwini TVET, baseKhampasi yaseSpringfeld.

Abafundi baseThekwini TVET, EKhampasini yaseSpringfield, KwaZulu-Natali, banesicelo sokuthi ivalwe leKhampasi kutholwe indawo entsha ephephile yokufundela. Sinxusa UNgqongqoshe Wezemfundo Ephakeme, UBlade Nzimande, ukuthi athintane nabaphathi bekolishi ukuze kukhulunywe ngaloludaba.

Umgwaqo osetshenziswa abafundi ukungena kuleKhampasi usuphenduke indawo lapho abantu abalahla khona udoti njengoba useduze nendawo yokulahlwa kwemfucuza. UMasipala kanye nabomthetho sebehlulekile ukulawula lokhu kanti nalendawo isibange izingxabano nokungezwani. Lokhu sekwenze kwaba indawo engaphephile kubafundi.

2362 supporters

17638 needed to reach 20000